UBartlett ugxeka ubuholi beSafa ‘obungalisizi ibhola laseMzansi’

Alfred Ngubane Umqeqeshi weCape Town Spurs, uShaun Bartlett, uthi sesifikile isikhathi sokuthi kuphathe omunye wabo kwiSouth African Football Association (Safa), oyinkakha elidlalile ibhola. “Sekuphele iminyaka engu-30 yonke kodwa alukho ushintsho ebholeni lakuleli,” kusho uBartlett. “Kunalokho sekushintshwe […]