Yenyusiwe imali ezohlonyulwa awaseKZN kwiPremier’s Cup

Yenyisiwe imali ezohlonyulwa awaseKZN kwiPremier's Cup

Sihle Ndlovu Azohlonyuliswa imali ekahle wonke amaqembu aKwaZulu-Natal azoyibamba kwiKZN Premier’s Cup ka-2022.  Lokhu kuqinisekiswe ungqongqoshe weZemidlalo noBuciko eKZN, uHlengiwe Mavimbela, ngesikhathi kwethulwa lo mqhudelwano ngokusemthethweni eLangeni Hotel, eThekwini ngoLwesibili ntambama.  “Wonke amaqembu azoba yingxenye […]