‘UZlatan nokucwasa… Ihlaya phela lelo,’ kusho uPogba weManchester United

OKADONGA GUMBI Ukuhilizisana okugcine sebechaphana nangezinhlamba kukaZlatan Ibrahimovic noRomelu Lukaku emdlalweni weCoppa Italia obuseSan Siro phakathi kwe-Inter Milan ne-AC Milan ngoLwesibili, sekuholele ekutheni u-Ibrahimovic anukwe ngokucwasa ngokwebala. Lezi zinsizwa bezisho ukuhluthuthulana ngequpha, zabe sezigcina ngokuthukana. […]