Sekunjalo: Nanku umbuzo okubeka ethubeni lokuwina ijezi leChiefs

Nawu umbuzo wokugcina ozokubeka ethubeni lokuwina
Ijezi elizowinwa
UMHLELI WEMPEMPE

Sekuyisikhathi sokuzibeka ethubeni lokuziwinela ijezi leKaizer Chiefs elisha neMpempe ngokuphendula umbuzo owodwa usuku nosuku.

Kulula nje. Lo mncintiswano sizowuqhuba amaviki amabili.

Ozowina uzoqokwa ngomhla ka-31 kuSepthemba. Nansi indlela yokungenela:

Phendula umbuzo bese uthumela impendulo yakho kwi-email: Editor@impempe.com noma uyibhale laphaya ngezansi kule ndawo yokuphawula (kubhalwe ukuthi Leave a reply) khona lapha kwi-website.

Nanku umbuzo: Unombolo 15 akasasetshenziswa kwiChiefs, kuhlonishwa muphi umdlali wakudala?

QAPHELA: Kunemigomo nemibandela yemincintiswano

EMAIL: Editor@impempe.com | TWITTER: @impempe_com | FACEBOOK: Impempe SA

One thought on “Sekunjalo: Nanku umbuzo okubeka ethubeni lokuwina ijezi leChiefs”

Leave a Reply

Your email address will not be published.