UMHLELI WEMPEMPE
Sekuyisikhathi sokuziwinela ijezi leKaizer Chiefs elisha neMpempe ngokuphendula umbuzo owodwa usuku nosuku.
Kulula nje. Lo mncintiswano sizowuqhuba amaviki amabili.
Ozowina uzoqokwa ngomhla ka-31 kuSepthemba. Nansi indlela yokungenela:
Phendula umbuzo bese uthumela impendulo yakho kwi-email: Editor@impempe.com noma uyibhale laphaya ngezansi kule ndawo yokuphawula (kubhalwe ukuthi Leave a reply) khona lapha kwi-website.
Nanku umbuzo: Ubani igama lesidlaliso likasihlalo weChiefs, uKaizer Motaung?
QAPHELA: Kunemigomo nemibandela yemincintiswano
Shintsha guluva