Wina ijezi leChiefs neMpempe… nanku umbuzo wesikhombisa

Nawu umbuzo wokugcina ozokubeka ethubeni lokuwina
Ijezi elizowinwa
UMHLELI WEMPEMPE

Sekuyisikhathi sokuziwinela ijezi leKaizer Chiefs elisha neMpempe ngokuphendula umbuzo owodwa usuku nosuku.

Kulula nje. Lo mncintiswano sizowuqhuba amaviki amabili.

Ozowina uzoqokwa ngomhla ka-31 kuSepthemba. Nansi indlela yokungenela:

Phendula umbuzo bese uthumela impendulo yakho kwi-email: Editor@impempe.com noma uyibhale laphaya ngezansi kule ndawo yokuphawula (kubhalwe ukuthi Leave a reply) khona lapha kwi-website.

Nanku umbuzo: Yimuphi umdlali onerekhodi lemidlalo eminingi kwiChiefs?

QAPHELA: Kunemigomo nemibandela yemincintiswano

EMAIL: Editor@impempe.com | TWITTER: @impempe_com | FACEBOOK: Impempe SA

Leave a Reply

Your email address will not be published.