Skip to content
28 May, 2022
Ezakamuva
‘Kumele sibhudluze iSuperSport ngo 5-0 ukuze sibuyele kwiCaf,’ kusho owePirates
UKaizer Junior uveza okwenze akangeza uyise kwethulwa uZwane
UMacuphu uthi bazoyivalela ngaphandle kwiCaf iPirates
Ngabe ihlekisana ihlomelene kubaqeqeshi beSundowns?
Ngazalelwa ukwenza kona lokhu, kusho uZwane weChiefs
Kufezeke isifiso sabalandeli iChiefs iqasha uZwane
Ilole abalandeli iChiefs iveza ukuthi izomemezela izinguquko
Impempe
  • Home
  • Home
  • Ibhola
    • i-ABC Motsepe League
    • iBafana Bafana
    • CAF Champions League
    • CAF Confederations Cup
    • iDStv Premiership
    • iGladAfrica Championship
    • Ibhola lomhlaba
  • Ibhola lombhoxo
    • AmaBhokoBhoko
    • i-Currie Cup
    • AmaSevens
  • Ikhilikithi
  • Amankomane
  • Ezokusubatha
  • Eminye imidlalo
  • Home
  • Ezokusubatha

Category: Ezokusubatha

UNgcobo uphule irekhodi kwiHarry Gwala Marathon

May 16, 2022 Impempe.com

Alfred Ngubane U-Ayanda Ngcobo waseMsinga uphule irekhodi leHarry Gwala Marathon lika-42.2km, enza isikhathi esingu-2:18.14 kulo mjaho ngeSonto. Leli rekhodi beliphethwe uNdumiso Sokhela owenze u-2:19.52 ngo-2020. Laba basubathi bangene belandelana eduze kakhulu kulo mjaho ngeSonto, kanti […]

Leave a commentEzokusubatha

UKunene ufihle induku emqubeni, uza nesimanga kwiHarry Gwala Marathon

May 11, 2022May 10, 2022 Impempe.com
UKunene ufihle induku emqubeni, uza nesimanga kwiHarry Gwala Marathon

Alfred Ngubane UMthandeni Kunene ocija abasubathi adlondlobala ngokushesha eMgungundlovu, aphinde abe ngumhlaziyi wezokusubatha emsakazweni Ukhozi FM, uthi abalandeli bazobona abangakwazi kwiHarry Gwala Marathon. Lo mqeqeshi utshele Impempe ukuthi uthukuse induku emqubeni ngomunye wabasubathi besimame onohlonze […]

Leave a commentEzakamuva, Ezokusubatha

UMtolo uzowuhlala emsileni umasipala ngenkulisa yezokusubatha

May 11, 2022May 10, 2022 Impempe.com
UMtolo uzowuhlala emsileni umasipala ngenkulisa yezokusubatha

Alfred Ngubane Inkakha kwezokusubatha, uWillie Mtolo isiphakamise isandla yacela uZamo Nxumalo oyimeya yaseHarry Gwala District Municipality ukuthi kwakhiwe ngokushesha inkulisa yezokusubatha ehlongozwayo. UMtolo uphosele uNxumalo inselelo yokuthi angagcini ngokukhuluma ngomlomo kwabezindaba kodwa kwenzeke akuthembisayo. “Kumnandi […]

Leave a commentEzakamuva, Ezokusubatha

Ihlose izindondo zegolide ezintathu kwiComrades ikilabhu entsha

May 11, 2022May 10, 2022 Impempe.com
Ihlose izindondo zegolide ezintathu kwiComrades ikilabhu entsha

Alfred Ngubane Kuyacaca ukuthi ukusungulwa kweHollywoodbets Athletics Club kwenzelwe ukubeka ezokusubatha kuleli ezingeni eliphezulu ngempela. Lokhu kuvele engxoxweni yeMpempe nosihlalo wale kilabhu uMorgan Shandu othi balangazelele ukuthola amagolide amathathu kwiComrades Marathon. Kuzobe kungokokuqala abagijimi abangaphansi […]

Leave a commentEzakamuva, Ezokusubatha

Sekwenyuswe isibalo sabazogijima iComrades

May 9, 2022 Impempe.com
Sekwenyuswe isibalo sabazogijima iComrades

Alfred Ngubane  Usihlalo weComrades Marathon uMqondisi Ngcobo uthi sebekhuphule isibalo sabasubathi abazongenela lo mjaho. Uthi lokhu bakwenze ngoba befuna ukunika abasubathi abafuna ukuzigijimela nje baqede umjaho hhayi ngoba bebheke ukuwina. Lesi sibalo sikhuphukele ku-20 000 […]

Leave a commentEzakamuva, Ezokusubatha

Posts navigation

1 2 … 17 Next

Premier Soccer League

iBhola

iPIrates

‘Kumele sibhudluze iSuperSport ngo 5-0 ukuze sibuyele kwiCaf,’ kusho owePirates

  • 27 May 2022
UKaizer Junior uveza okwenze akangeza uyise kwethulwa uZwane

UKaizer Junior uveza okwenze akangeza uyise kwethulwa uZwane

  • 27 May 2022
UMacuphu uthi bazoyivalela ngaphandle kwiCaf iPirates

UMacuphu uthi bazoyivalela ngaphandle kwiCaf iPirates

  • 27 May 2022

iNgosi

USukazi uzidlokodlela iziqandu zizicashele phansi kwetshe

USukazi uzidlokodlela iziqandu zizicashele phansi kwetshe

  • 27 Mar 2022

Sihle Ndlovu Ngikholwa wukuthi uma ufika endaweni into yokuqala okumele uyenze ukuthi ubuke isimo sakhona,...

Abantu bakanobhutshuzwayo bayabimba kodwa uNcikazi uhlule bonke

Abantu bakanobhutshuzwayo bayabhimba kodwa uNcikazi uhlule bonke

  • 18 Feb 2022

UMBONO Sihle Ndlovu Sekucacile ukuthi kubantu bakanabhutshuzwayo kumele silalele lokhu abakushoyo, noma kungathiwa umlomo usho...

Social Media

Follow us on Twitter

My Tweets

Recent Posts

iPIrates

‘Kumele sibhudluze iSuperSport ngo 5-0 ukuze sibuyele kwiCaf,’ kusho owePirates

UKaizer Junior uveza okwenze akangeza uyise kwethulwa uZwane

UKaizer Junior uveza okwenze akangeza uyise kwethulwa uZwane

UMacuphu uthi bazoyivalela ngaphandle kwiCaf iPirates

UMacuphu uthi bazoyivalela ngaphandle kwiCaf iPirates

Ngabe ihlekisana ihlomelene kubaqeqeshi beSundowns?

Ngabe ihlekisana ihlomelene kubaqeqeshi beSundowns?

Ngazalelwa ukwenza kona lokhu, kusho uZwane weChiefs

About Us

Impempe.com is South Africa’s first isiZulu sports news portal that brings you the best of local and international sports coverage. We are about ground-breaking reporting, interviews, and analysis on local and international sports 24hrs a day. We are instant, to the point and accurate. Ikhala kuzwakale!

Contact Us

Editorial

Editor: Sihle Ndlovu

Phone: 072 042 3793

Email: sihle@impempe.com

Copyright © 2021 | Impempe. All rights reserved. Website designed by Essential Web
Magazine Plus by WEN Themes