UMntungwa ufuna ukubuyisa isithunzi samankomane ngokushaya uRay

Alfred Ngubane U-Andile Mntungwa uthi uzobuyisela ezamankomane lapho ekumele ngabe akhona njengoba ekholwa ukuthi uzoyinqoba impi azoyilwa noCowan Ray. UMntungwa ukuveze lokhu ngesikhathi ekhuluma neMpempe ngalempi yakhe abazobe bebanga kuyo ibhande lakuleli esisindweni seSuper Middleweight. […]