SIHLE NGUBO I-Hollywoodbets Sharks XV izophinde iyodlala ekuhambeni okwesine nokokugcina njengoba izotholana phezulu neSuzuki Griquas, eSuzuki Stadium, eKimberly, ngoLwesihlanu ngo-5.05
SIHLE NGUBO Iphinde yathelwa ngehlazo IHollywoodbets Sharks ngesikhathi ibhaxabulwa yiVodavom Blue Bulls ngo 64-0 emdlalweni wesibili weCarling Currie Cup, eLoftus
SIHLE NGUBO I-Hollywoodbets Shark XV izophinde idlale ekuhambeni emdlalweni weCarling Currie Cup, njengoba izotholana phezulu neToyota Cheetahs, eToyota Stadium, eBloemfontein,
SIHLE NGUBO Kufakwe noJanine van Wyk esikwatini seBanyana Banyana esizodlala imidlalo ebalulekile yokuhlunga. NgoLwesine ntambama uDesiree Ellis, ocija iBanyana Banyana,
INTATHELI YEMPEMPE Kungenzeka ukuthi sekuphelile ngomdlali wePyramis SC ebholeni, uRamadan Sobhi, otholakale enecala lokusebenzisa isikhuthazi esingadingeki emzimbeni wakhe. Leli cala,
Sbongs Gumbi Ukukhishwa kuka-Andile Jali ngekhadi elibomvu kusaphele imizuzu emihlanu kuyigqilaze kakhulu iMoroka Swallows iwashiswa ijezi kwiMTN8 ngoMgqibelo ntambama. Izamile
ZINHLE NGUBANE Iqembu lesizwe laseNingizimu Afrika lekhilikithi, amaProteas, selimemezele abadlali abangu-17 abazoba yingxenye yeqembu elizobhekana ne-Australia emdlalweni wesibili wochungechunge lweDafabet
SIHLE NGUBO Uncokole ngokuthi kuvele kwehla isisindo ngokuphazima kweso umshwini weNingizimu Afrika, uLungi Ngidi, ngemuva kokuthi kube negidigidi emdlalweni abagcine
SIHLE NGUBO INingizimu Afrika iyivule kahle imidlalo yeNdebe yoMhlaba yeT20, ngokushaya iCanada ngama-run angu-57, eNarendra Modi Stadium, e-Ahmedabad, e-India, ngoMsombuluko.
SIHLE NGUBO UQuinton de Kock ushaye ama-run angu-115 (49) iNingizimu Afrika ibhubhudla iWest Indies ngamawikhethi ayisikhombisa emdlalweni wesibili weT20, eSuperSport
SIHLE NGUBO Ukhale ngamaphutha kubadlali bakhe umqeqeshi weMamelodi Sundowns, uMiguel Cardoso, kulandela ukukhishwa yiTS Galaxy kwiNedbank Cup ngoMgqibelo. Abafana BaS’tyle
SIHLE NGUBO Unozinti weCasric Stars, uWandile Mthombeni, obe nesandla esikhulu ekutheni i-Orlando Pirates iwashe ijezi kwiNedbank Cup, ungumlandeli omkhulu weZimnyama.
SIHLE NGUBO Amaqembu aKwaZulu-Natal ayibambe kwiNedbank Cup ka-2026, anethuba elihle kakhulu lokuqukula le ndebe okokuqala emlandweni. Lokhu kuhlaluke njengoba kuqhubeka
SIHLE NGUBO I-Orlando Pirates ibe neviki elingelihle kunawo wonke selokhu kuqale isizini, kukhala isibhaxu emiqhudelwaneni emibili ehlukene. EZimnyama ziqale zashaywa
