SIHLE NGUBO I-Hollywoodbets Sharks XV izophinde iyodlala ekuhambeni okwesine nokokugcina njengoba izotholana phezulu neSuzuki Griquas, eSuzuki Stadium, eKimberly, ngoLwesihlanu ngo-5.05
UMorena Ramoreboli, ongumqeqeshi weJwaneng Galaxy yaseBotswana uqhubekile nokugila izimanga ngaleli qembu lakhe kwiCaf Champions League eshiya kukhalwa eMorocco. IGalaxy isidlala
SIHLE NGUBO Iphinde yathelwa ngehlazo IHollywoodbets Sharks ngesikhathi ibhaxabulwa yiVodavom Blue Bulls ngo 64-0 emdlalweni wesibili weCarling Currie Cup, eLoftus
Intatheli yeMpempe Sekuqubuke izinsolo zokuthi iKaizer Chiefs iyikhulumele eziko eyokuhlukana kwayo nomdlali wasesiswini uCole Alexander. Kuvela ukuthi leli qembu limemezele
HLENGIWE MFEKA ILindelani Ladies FC iyiqale kahle isizini yayo kwiHollywoodbets Super League, ishaya iThunderbirds Ladies ngo 3-0 ePrincess Magogo Stadium
Isikhulu esibhekelele ezokukhangisa kwiKaizer Chiefs, uJessica Motaung, sesiveze ukuthi kungase kubuye imidlalo ye-Vodacom Challenge. Lo mqhudelwano wawuvusa isasasa elikhulu ebholeni
SIHLE NGUBO Uncokole ngokuthi kuvele kwehla isisindo ngokuphazima kweso umshwini weNingizimu Afrika, uLungi Ngidi, ngemuva kokuthi kube negidigidi emdlalweni abagcine
SIHLE NGUBO INingizimu Afrika iyivule kahle imidlalo yeNdebe yoMhlaba yeT20, ngokushaya iCanada ngama-run angu-57, eNarendra Modi Stadium, e-Ahmedabad, e-India, ngoMsombuluko.
SIHLE NGUBO UQuinton de Kock ushaye ama-run angu-115 (49) iNingizimu Afrika ibhubhudla iWest Indies ngamawikhethi ayisikhombisa emdlalweni wesibili weT20, eSuperSport
SIHLE NGUBO INingizimu Afrika iyona izibuyise zishisa izinduku kwi-England iyishaya ngama-run angu-125 emdlalweni owandulela owamanqamu weNdebe yoMhlaba yabesifazane, e-Assam Cricket
SIHLE NGUBO Ukhale ngamaphutha kubadlali bakhe umqeqeshi weMamelodi Sundowns, uMiguel Cardoso, kulandela ukukhishwa yiTS Galaxy kwiNedbank Cup ngoMgqibelo. Abafana BaS’tyle
SIHLE NGUBO Unozinti weCasric Stars, uWandile Mthombeni, obe nesandla esikhulu ekutheni i-Orlando Pirates iwashe ijezi kwiNedbank Cup, ungumlandeli omkhulu weZimnyama.
SIHLE NGUBO Amaqembu aKwaZulu-Natal ayibambe kwiNedbank Cup ka-2026, anethuba elihle kakhulu lokuqukula le ndebe okokuqala emlandweni. Lokhu kuhlaluke njengoba kuqhubeka
SIHLE NGUBO I-Orlando Pirates ibe neviki elingelihle kunawo wonke selokhu kuqale isizini, kukhala isibhaxu emiqhudelwaneni emibili ehlukene. EZimnyama ziqale zashaywa
