SIHLE NGUBO IHollywoodbets Sharks XV izovula iCarling Currie Cup, okungungumqhudelwano omdala kunayo yonke ebholeni lombhoxo eNingizimu Afrika, ngokubhekana ne-Airlink Pumas,
SIHLE NGUBO I-Hollywoodbets Sharks XV izophinde iyodlala ekuhambeni okwesine nokokugcina njengoba izotholana phezulu neSuzuki Griquas, eSuzuki Stadium, eKimberly, ngoLwesihlanu ngo-5.05
SIHLE NGUBO IHollywoodbets Sharks XV izoholwa uNick Hatton uma seyitholana phezulu neFidelity ADT Lions emdlalweni wokuqala weCarling Currie Cup, e-Ellis
Sbongs Gumbi Kuliqiniso ukuthi uGaston Sirino akaseneme kwiMamelodi Sundowns futhi uselinde kube khona iqembu elimqhwebayo bese esheshela ngakulo. Lokhu kuqinisekiswe
Uzovakasha ekhaya, bese abaphathi bamtshele ukuthi angabe esazihlupha ngokubuya omunye wabagadli be-Orlando Pirates. Kubikwa ukuthi abaphathi beqembu babona kuwukumosha isikhathi
ALFRED NGUBANE Inhlangano eyengamele ibhola eZambia, iZambia Football Association seyiphebeze amanga ngokushona komdlali wakuleliya lizwe uRainford Kalaba. UReuben Kamanga oyiphini
SIHLE NGUBO Uncokole ngokuthi kuvele kwehla isisindo ngokuphazima kweso umshwini weNingizimu Afrika, uLungi Ngidi, ngemuva kokuthi kube negidigidi emdlalweni abagcine
SIHLE NGUBO INingizimu Afrika iyivule kahle imidlalo yeNdebe yoMhlaba yeT20, ngokushaya iCanada ngama-run angu-57, eNarendra Modi Stadium, e-Ahmedabad, e-India, ngoMsombuluko.
SIHLE NGUBO UQuinton de Kock ushaye ama-run angu-115 (49) iNingizimu Afrika ibhubhudla iWest Indies ngamawikhethi ayisikhombisa emdlalweni wesibili weT20, eSuperSport
SIHLE NGUBO INingizimu Afrika iyona izibuyise zishisa izinduku kwi-England iyishaya ngama-run angu-125 emdlalweni owandulela owamanqamu weNdebe yoMhlaba yabesifazane, e-Assam Cricket
SIHLE NGUBO Ukhale ngamaphutha kubadlali bakhe umqeqeshi weMamelodi Sundowns, uMiguel Cardoso, kulandela ukukhishwa yiTS Galaxy kwiNedbank Cup ngoMgqibelo. Abafana BaS’tyle
SIHLE NGUBO Unozinti weCasric Stars, uWandile Mthombeni, obe nesandla esikhulu ekutheni i-Orlando Pirates iwashe ijezi kwiNedbank Cup, ungumlandeli omkhulu weZimnyama.
SIHLE NGUBO Amaqembu aKwaZulu-Natal ayibambe kwiNedbank Cup ka-2026, anethuba elihle kakhulu lokuqukula le ndebe okokuqala emlandweni. Lokhu kuhlaluke njengoba kuqhubeka
SIHLE NGUBO I-Orlando Pirates ibe neviki elingelihle kunawo wonke selokhu kuqale isizini, kukhala isibhaxu emiqhudelwaneni emibili ehlukene. EZimnyama ziqale zashaywa
